Diary Of a Farm Girl !!
Chapter 2
"Ayisekho into engiphilela emhlabeni,iTheku ngyalizonda and ngizonda yonke into ewumuntu weslisa nx..Buka nje Manje ngilahlekelwe ubuntombi Bami ,ngyasala ezifundweni eskoleni angikwazi nokufunda kahle ngidlala i-stress,yena uMama ngzombhekelwa ubani nje??? " Ake ngiyeke ukukhuluma ngedwa ngizame ukfunda next week ngyaqala ama exams..
Nencwadi ngyayvula ngyayva...la akufundeki nhlobo ngicabanga usuku engalahlekelwa ngalo ubuntombi bami ,ngisele ngedwa manje kuyona yonke lento kodwa kuhle ngoba ngyalazi flat la Sipho la kwasala khona ubuntombi bami abazali bami sengyobakhombisa khona....Unzima ngempela u-2014 kmina unyaka wami wokqala nalana university akukajwayeleki kahle...
Zihambe izinsuku akusadleki ke manje inhliziyo incane,uma ngdlile ngyabuyisa nje nase Classin ngyazela angizizwa nje kahle and ngyayqala lento eyenzeka kmina ngoba futhi akuwona umkhuhlane lo... Ngifonele uMama
Me :Hello Mama unjani?
Mom : awu Zodwa unjan kodwa ngane yami? Kuyafundeka nje lapho?
Me : kyazameka Ma ,ukuthi kulezinsuku angizizwa nje kahle ngyagula
Mom : aybo buya ekhaya uma ugula bo ungafeli ezintabeni
Me : ngizobuya Ma uma kuqhubeka,ungikhonzele ko Aunti ...ulale kahle Ma Bye
MoM : Bye ngane yami uziphathe kahle ungazikhohlwa iziyalo zami..
Me : yebo Ma **in tears** END the Call!!
Zasondela izinsuku Zokbhala,kulapho mina angazi nokuthi ngzobhalani...Kfike izinsuku zami zokuya eskhathini (Periods) kodwa ngingayi ize iphele inyanga ...Ne Sisu Sami sinoshintsho Nokugula akuzibekile phansi yonke into engidlayo iyabuya ..
Indlela esengigula ngayo ngeke kmele ngyobona uDokotela futhi angnayo kwaMali ya Dokotela ngizoya eClinic kungaze kfike Exams Monday ngigula kanje...ngigeze ngibe Muhle ngibambe indlela ngiye Clinic...ngfice ulayini umude ngubambe Nami akfani khona kyashesha bandla oNurse Bakhuthele kule Clinic ::
Nurse :Next please
Me : *Walks in*** Sawubona Nurse
Nurse : Yebo sawbona Sisi ngingaksiza ngani today?
Me : Ngiyagula ngyabuyisa kanti futhi I've missed my periods I'm weak nje nasemzimbeni..
Nurse : Ohk Uke walwenza ucansi olungaphephile kulezinsuku ezedlule??
Me : mmmh Yebo Nurse (Nginamahloni)
Nurse : Ngizokwenzisa Pregnancy Test
Me : Ohk Nurse (Test was Done)
Nurse : Sisi ukhulelwe,kuzomele uhlolelwe negciwane leNgculaza ukuze kuzophepha wena Kanye NoMntwna..
Ngaphuma eClinic ngikhala ngingazi ngizokwenzenjani ,obvious angeke ngsasqeda iskole sengzoba umama..ngbaphoxile abazali bami angeke nje ngikwazi futhi mina ukuba nengane Manje futhi nasekhaya ngizoxoshwa ,No Baba wayo Lengane kazi uzoyivuma yini ????
Next Day ngahamba ngaya kwi Flat la Sipho Ngyomazisa lendaba yokuthi ngikhulelwe ingane yakhe naye selokhu ngamgcina ngaloluSuku engangidakwe ngalo ngize ngilala naye singathandani ngisho ukthandana...uma ngfika kwi Flat lakhe ngizwe Sengmemezwa iSecurity sengyongena kwi Lift..
Security : Sisi ! Sori sis weskibha esibomvu!
Me : ngphenduke ngimbheke
Security : kuyabhaliswa laykhaya uma uvakashile ,ngiyaqala ukukbona ..ngcela ungbhalele igama lakho la ne Room oya kyona.
Me : Ngibhale Zodwa Cele ,Room number 365.
Security : awu Sisi Room 365 aksahlali Muntu....Kuzongena abantu abasha ksasa.
Me : Hawu Bhuti ngempela? Baye kuphi ekade behlala khona??
Security : Angazi Sisi kodwa baphume izolo
Me : Ngyabonga Bhuti
Ngahamba ngibalisa indlela yonke angazi ngzomthathaphi manje lo Sipho ngoba angthathanga ngisho inumber yakhe ,angazi ngisho abangani bakhe angsazi ngisho isbongo sakhe ngizoqala kuphi ke manje uma ngithi ngyamfuna (crying)
Endleleni sengphinda endlini nganghambe ngiqalaza emgwaqeni ngizitshele ukuthi ngzohlangana naye kodwa Lutho angimfanisi .into nje engaybona yangigqamela umbhalo wephepha oDongeni "
SAFE ABORTION ,PAIN FREE CALL 079 667 8524!!
To be continued ...........
Chapter 3 coming soon !!

No comments:
Post a Comment